

Thul'ulalele mngani wami
Thul’ulalele ngikutshele
Thul'ulalele mngani wami
Thul'ulalele ngikutshele
Thul’ulalele mngani wami
Thul'ulalele ngikutshele
Mawukhuluma ngam'ezintombini zami
Angeke siphinde futhi sizwane
Mawukhuluma ngam'ezintombini zami
Angeke siphinde futhi sizwane
Mawukhuluma ngam'ezintombini zami
Angeke siphinde futhi sizwane
Mawukhuluma ngam'ezintombini zami
Angeke siphinde futhi sizwane
Utshel'uNomasonto
Ukuthi makangale
Ngoba nginomfazi mina
Angazi noma ngamulotsholelwa nguwe na
Utshel'uNomasonto
Ukuthi makangale
Ngoba nginomfazi mina
Angazi noma ngamulotsholelwa nguwe na
Utshel’uNomasonto
Ukuthi makangale
Ngoba nginomfazi mina
Angazi noma ngamulotsholelwa nguwe na
Ekuseni nantambama
Ngikuthol’emakhoneni
Ekuseni nantambama
Ngikuthol'emakhoneni
Ukhuluma ngegama lami
Ukhuluma ngegama lami
Ekuseni nantambama
Ngikuthol’emakhoneni
Ekuseni nantambama
Ngikuthol'emakhoneni
Ukhuluma ngegama lami
Ukhuluma ngegama lami
Awu mina nawe
Angeke siphinde futhi sizwane
Awu mina nawe
Angeke siphinde futhi sizwane
Mina nawe
Angeke siphinde futhi sizwane
Awu mina nawe
Angeke siphinde futhi sizwane
Noma sihlangana endleleni
Lähde: Genius
Ei vielä samankaltaisia kappaleita
Ei kuuntelijatietoja
Ei palvelintietoja
Ei viimeaikaisia toistoja